Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 26:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

3 ikakhulu ngoba ngikwazi ukuthi unolwazi kuwo wonke amasiko lezingxabano zabaJuda; ngakho ngiyakuncenga ukuthi ungizwe ngesineke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 ikakhulu lokhu uyisazi sawo onke amasiko nokuphikisana kwabaJuda; ngalokho ngiyakunxusa ukuba ungilalele ngokubekezela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 ikakhulu lokhu uyingcweti yawo wonke amasiko nokuphikisana kwabaJuda. Ngakho-ke ngiyakunxusa ukuba ungilalele ngesineke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 ikakhulu ngoba ngikwazi ukuthi unolwazi kuwo wonke amasiko lezingxabano zabaJuda; ngakho ngiyakuncenga ukuthi ungizwe ngesineke.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 26:3
13 Referans Kwoze  

Ngokuba simzwile ethi loJesu waseNazaretha uzakuchitha le ndawo, aguqule amasiko uMose asinika wona.


Ngokuba inkosi iyazi ngalezizinto, engikhuluma kuyo ngokukhululeka; ngoba le nto ayenziwanga engosini.


Noma nginesiphiwo sokuprofetha, ngiqonda izimfihlakalo zonke nokwazi konke; noma nginokukholwa konke, ngangokuba ngingagudluza izintaba, kepha ngingenalo uthando, angiyinto yalutho.


Kwathi emva kwezinsuku ezintathu uPawuli wabizela ndawonye izikhulu zabaJuda; nokho nganikelwa eJerusalema ngiyisiboshwa ezandleni zamaRoma.


ezithemba ukufika kuso izizwe eziyishumi nambili zakithi, zikhonza uNkulunkulu masinyane imini nobusuku; Ngenxa yalelithemba, nkosi Agripha, ngimangalelwa ngabaJuda.


Anginanto eqinisekileyo ngaye engingayilobela inkosi yami. Ngakho-ke ngimethulile phambi kwenu, futhi ikakhulukazi phambi kwakho, nkosi Agripha, ukuze kuthi ngemva kokuhlolwa ngibe nakho engingakuloba.


UPawuli esemqhwebile ukuthi akhulume, waphendula wathi: Njengoba ngazi ukuthi sekuyiminyaka eminengi ungumgwebi walesisizwe, ngiziphendulela ngesibindi esikhulu.


Nokho ukuze ngingakukhathaleli kakhulu, ngiyakuncenga ukuba usizwe kafushane ngobubele bakho.


Sebebikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda abaphakathi kwabezizwe ukuhlubuka kuMose, uthi bangasoki abantwana babo, bangahambi ngamasiko.


Kuyangithokozisa, nkosi Agripha, ngoba lamuhla ngizaziphendulela phambi kwakho ngakho konke engimangalelwa ngakho ngabaJuda;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite