Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 21:21 - Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Sebebikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda abaphakathi kwabezizwe ukuhlubuka kuMose, uthi bangasoki abantwana babo, bangahambi ngamasiko.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 sebebikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda abaphakathi kwabezizwe ukuhlubuka kuMose, uthi mabangasoki abantwana babo, bangahambi ngamasiko.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Babikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda, abaphakathi kwabezizwe, ukuhlubuka kuMose, uthi mabangabasoki abantwana babo, futhi bangawagcini amasiko.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Sebebikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda abaphakathi kwabezizwe ukuhlubuka kuMose, uthi bangasoki abantwana babo, bangahambi ngamasiko.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 21:21
12 Referans Kwoze  

ememeza esithi: Madoda akwaIsrayeli, sizani! Lona nguye umuntu ofundisa bonke ezindaweni zonke okuphambene nabantu, nomthetho, nalendawo, futhi engenisa namaGreki ethempelini, wayingcolisa le ndawo engcwele.


Kwathi emva kwezinsuku ezintathu uPawuli wabizela ndawonye izikhulu zabaJuda; nokho nganikelwa eJerusalema ngiyisiboshwa ezandleni zamaRoma.


yena uPawulu wathanda ukuba ahambe naye; wamthatha, wamsoka ngenxa yabaJuda ababekulezo zindawo, ngokuba bonke babazi ukuthi uyise ungumGreki.


Ngakho kuyini? ixuku limele ukubuthana, ngoba lizakuzwa ukuthi ufikile.


besenqabela ukuthi sikhulume kwabezizwe ukuze basindiswe, bagcwalise izono zabo njalonjalo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite