Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 19:31 - Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Abanye bababusi base-Asiya, ababengabangane bakhe, bathumela kuye, bemncenga ukuba angazinikeli enkundleni yemidlalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Nabanye bababusi base-Asiya, bengabahlobo bakhe, bathumela kuye, bamncenga ukuba angaze angena esigcawini sokubukela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Abanye futhi bababusi base-Asiya, abangabahlobo bakhe, bathumela kuye, bamncenga ukuba angalokothi angene esigcawini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Abanye bababusi base-Asiya, ababengabangane bakhe, bathumela kuye, bemncenga ukuba angazinikeli enkundleni yemidlalo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 19:31
8 Referans Kwoze  

Lokho kwenzeka iminyaka emibili; kangangokuthi bonke abakhileyo e-Asiya balizwa izwi leNkosi, amaJuda namaGreki.


Kwathi sesikuzwile lokho, samncenga thina kanye labakuleyondawo ukuthi angenyukeli eJerusalema.


Sebedabule izwe laseFrigiya nelaseGalathiya, benqatshelwe nguMoya oNgcwele ukulishumayela izwi e-Asiya;


Kwasekusiza kuye onochoko, emncenga, eguqa phambi kwakhe, esithi kuye: Uba uthanda, ungangihlambulula.


Umuzi wonke wagcwala isiphithiphithi, baphuthuma enkundleni yemidlalo nganhliziyonye babamba uGayu no-Aristarku abaseMakedoniya ababehamba noPawulu.


Kwathi uPawulu esefuna ukungena esixukwini, abafundi abamvumelanga.


Ngakho abanye bamemeza okunye labanye okunye, ngoba umhlangano waphithizela; abaningi babengazi ukuthi babebuthene ngani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite