Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 16:27 - Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Kwathi umgciniziboshwa ephaphama, ebona iminyango yetilongo ivulekile, wahosha inkemba yakhe, efuna ukuzibulala, ngokuthi iziboshwa zibalekile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Kwathi umgciniziboshwa ephaphama, wabona iminyango yetilongo ivulekile; wayesehosha inkemba efuna ukuzibulala, ngokuba wathi iziboshwa ziphunyukile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Umgciniziboshwa esephapheme, wabona iminyango yejele ivulekile, wayesehosha inkemba efuna ukuzibulala, ngokuba wayecabanga ukuthi iziboshwa zeqile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kwathi umgciniziboshwa ephaphama, ebona iminyango yetilongo ivulekile, wahosha inkemba yakhe, efuna ukuzibulala, ngokuthi iziboshwa zibalekile.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 16:27
9 Referans Kwoze  

Kwathi uHerode emfuna engamtholi, waphenya abalindi, wayala ukuba babulawe. Wehla eJudiya, waya eKesariya, wahlala khona.


Waziphonsa phansi izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, wazilengisa.


Kepha uPawulu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Ungazilimazi, ngokuba sikhona sonke.


Umgciniziboshwa wabikela uPawulu lawo mazwi, wathi: “Izinduna zithumele ukuba nikhululwe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite