Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 15:35 - Baasraak Zulu New Testament Bible

35 OPawulu noBarnaba bahlala e-Antiyokiya befundisa, beshumayela izwi leNkosi, kanye nabanye abaningi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Kodwa oPawulu noBarnaba bahlala e-Antiyokiya, befundisa beshumayela izwi leNkosi kanye nabanye abaningi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Kodwa uPawula noBharnabha bahlala e-Antiyokhiya, befundisa, futhi beshumayela ivangeli leNkosi kanye nabanye abaningi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 OPawulu noBarnaba bahlala e-Antiyokiya befundisa, beshumayela izwi leNkosi, kanye nabanye abaningi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 15:35
11 Referans Kwoze  

Shumayela izwi; phuthuma ngenkathi, ingekho inkathi; sola, ukhuze, uyale ngakho konke ukubekezela nokufundisa.


esimshumayelayo, sixwayisa wonke umuntu, sifundisa wonke umuntu ngakho konke ukuhlakanipha; ukuze sethule wonke umuntu ephelele kuKristu Jesu;


Kwakukhona e-Antiyokiya ebandleni abaprofethi nabafundisi; njengoBarnaba, noSimeyoni othiwa uNigeri, noLukiyu waseKhurene, noManayeni owayondliwe kanye noHerode umtetrarki, noSawulu.


engamiselwa ngakho ukuthi ngibe ngumshumayeli nomphostoli (ngikhuluma iqiniso ngoKristu, angiqambi amanga), umfundisi wabezizwe ekukholweni naseqinisweni.


eshumayela umbuso kaNkulunkulu, efundisa izinto eziphathelene neNkosi uJesu Kristu ngesibindi esikhulu, engavinjelwa muntu.


Bahlala khona isikhathi eside nabafundi.


Ngakho abahlakazekileyo bahamba betshumayela ilizwi.


OBarnaba noSawulu babuya eJerusalema sebeqedile inkonzo yabo, bahamba noJohane othiwa uMarku.


Khona umbusi ebona okwenzekileyo wakholwa, emangazwe isifundiso seNkosi.


Nokho kwaba kuhle kuSila ukuba asale khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite