Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 14:16 - Baasraak Zulu New Testament Bible

16 owathi endulo wavumela izizwe zonke ukuthi zihambe ngezindlela zazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 othe ngezizukulwane ezidlulileyo wayeka izizwe zonke zihambe ngezindlela zazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 othe ezizukulwaneni ezidlulileyo, waziyeka izizwe zonke ukuba zihambe ngezindlela zazo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Owathi endulo wavumela izizwe zonke ukuthi zihambe ngezindlela zazo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 14:16
10 Referans Kwoze  

Nezikhathi zokungazi uNkulunkulu wazishaya indiva; kepha manje uyala abantu bonke ezindaweni zonke ukuba baphenduke;


Ngoba isikhathi esidluleyo sasenele ukwenza intando yabezizwe, lapho sasihamba emanyaleni, ezinkanukweni, ekunatheni, ekunatheni, ekunatheni, nasekukhonzeni izithombe okuyichilo;


Ngalesosikhathi naningenaye uKristu, ningaphandle kombuso ka-Israyeli, ningabafokazi ezivumelwaneni zesithembiso, ningenathemba, ningenaNkulunkulu ezweni.


Nanjengalokho bengathandanga ukuba nokwazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni eyonakeleyo, ukuba benze okungafanele;


ammisileyo uNkulunkulu, abe yinhlawulo ngokukholwa egazini lakhe, ukuze kubonakaliswe ukulunga kwakhe ngenxa yokuthethelelwa kwezono ezenziwe ngaphambili, ngokubekezela kukaNkulunkulu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite