Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 13:41 - Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Bhekani, nina zideleli, nimangale, nibhubhe, ngokuba mina ngenza umsebenzi ezinsukwini zenu, umsebenzi eningayikukholwa, noma umuntu enitshela wona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 “ ‘Bhekani nina zideleli, nimangale, ninyamalale, ngokuba mina ngisebenza umsebenzi emihleni yenu, umsebenzi eningayikukholwa yiwo, nakuba umuntu enilandisa ngawo.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 “ ‘Bonani nina zideleli nimangale, nibhubhe, ngokuba mina ngisebenza umsebenzi emihleni yenu, umsebenzi eningayukuwukholwa ngisho noma kungakhona onilandisa ngawo.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Bhekani, nina zideleli, nimangale, nibhubhe, ngokuba mina ngenza umsebenzi ezinsukwini zenu, umsebenzi eningayikukholwa, noma umuntu enitshela wona.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 13:41
26 Referans Kwoze  

Ngokuba isikhathi sesifikile sokuba ukwahlulela kuqale endlini kaNkulunkulu; uma kuqala kithi, kuyakuba yini ukuphela kwabangalaleli ivangeli likaNkulunkulu na?


besenqabela ukuthi sikhulume kwabezizwe ukuze basindiswe, bagcwalise izono zabo njalonjalo;


Ngokuba iNkosi yasiyala kanjalo, ithi: “Ngikubekile ukuba ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso kuze kube semikhawulweni yomhlaba.


Yathi kimi: ‘Hamba, ngokuba mina ngiyakukuthuma kude kwabezizwe.


NabaFarisi abahahayo bezwa konke lokho, bamklolodela.


Kuyakuthi wonke umuntu ongayikumlalela lowo mprofethi uyakuchithwa kubantu.


Ngokuba simzwile ethi loJesu waseNazaretha uzakuchitha le ndawo, aguqule amasiko uMose asinika wona.


Abantu bema bebukela. Nababusi bamhleka usulu, bathi: “Wasindisa abanye; akazisindise, uma enguKristu, okhethiweyo kaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite