Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 9:14 - Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Lithi engelosini yesithupha enecilongo: “Thukulula izingelosi ezine eziboshwe emfuleni omkhulu u-Ewufrathe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 lithi kuyo ingelosi yesithupha enecilongo: “Thukulula izingelosi ezine eziboshwe ngasemfuleni omkhulu u-Ewufrathe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 lithi kuyo ingelosi yesithupha ephethe icilongo: “Thukulula izingelosi ezine eziboshwe ngasemfuleni omkhulu iYufrathe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Lithi engelosini yesithupha enecilongo: “Thukulula izingelosi ezine eziboshwe emfuleni omkhulu u-Ewufrathe.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 9:14
12 Referans Kwoze  

Eyesithupha yathululela isitsha sayo emfuleni omkhulu u-Ewufrathe; amanzi awo atsha, ukuze ilungiswe indlela yamakhosi asempumalanga.


Zase zithukululwa izingelosi ezine, ebezilungiselwe ihora, nosuku, nenyanga, nomnyaka, ukuba zibulale ingxenye yesithathu yabantu.


Izingelosi eziyisikhombisa ezazinamacilongo ayisikhombisa zazilungiselela ukubetha.


Emva kwalokho ngabona izingelosi ezine zimi emagumbini omane omhlaba, zibambe imimoya yomine yomhlaba, ukuze kungavuthuzi moya emhlabeni, naphezu kolwandle, naphezu kwanoma yisiphi isihlahla.


Ngase ngibona izingelosi eziyisikhombisa zimi phambi kukaNkulunkulu; banikwa amacilongo ayisikhombisa.


Ngase ngibona enye ingelosi yenyuka empumalanga, inophawu lukaNkulunkulu ophilayo, yamemeza ngezwi elikhulu kuzo izingelosi ezine ezazinikiwe ukuba zilimaze umhlaba nolwandle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite