Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 3:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Qaphela, uqinise okuseleyo, obesezakufa;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Vuka ulinde, uqinise okuseleyo obekuzakufa, ngokuba angifumananga imisebenzi yakho iphelelisiwe phambi kukaNkulunkulu wami;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Linda, uqinise okuseleyo obesekuzakufa, ngokuba angiyifumananga imisebenzi yakho iphelelisiwe phambi kukaNkulunkulu wami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Qaphela, uqinise okuseleyo, obesezakufa;

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 3:2
31 Referans Kwoze  

Zithibeni, niqaphe; ngokuba isitha senu uSathane, njengengonyama ebhongayo, siyahamba sifuna engamshwabadela;


Bheka, ngiza njengesela; Ubusisiwe olindayo, ogcina izingubo zakhe, funa ahambe nqunu, babone ihlazo lakhe.


Kepha ukuphela kwakho konke sekusondele;


Esehlale khona isikhathi, wamuka, walidabula ngokulandelana izwe laseGalathiya nelaseFrigiya, eqinisa bonke abafundi.


Ngakho lindani, ngokuba anazi usuku nehora iNdodana yomuntu eza ngayo.


Kepha nginento ngawe, ngokuba uluyekile uthando lwakho lokuqala.


Kodwa yonke imisebenzi yabo bayenza ukuze babonwe ngabantu; bawenza abe banzi amafilakteriyu abo, bandise imiphetho yezingubo zabo;


Nakuyo ingelosi yebandla laseSardesi loba ukuthi: Nakhu akushoyo onawoMoya abayisikhombisa bakaNkulunkulu, nezinkanyezi eziyisikhombisa; Ngiyayazi imisebenzi yakho, ukuthi unegama lokuthi uyaphila, kanti ufile.


Ngakho khumbula ukuthi wamukele wezwa njani, ubambelele, uphenduke. Ngakho uma ungalindi, ngizakuza kuwe njengesela, njalo kawusoze walazi ihola engizakuza ngalo phezu kwakho.


Khona zavuka lezo zintombi zonke, zalungisa izibani zazo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite