Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 22:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Bayakubona ubuso bakhe; negama lakhe liyakuba semabunzini azo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 zibone ubuso bakhe, negama lakhe liyakuba semabunzini azo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 zibone ubuso bakhe, negama lakhe liyakuba semabunzini azo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bayakubona ubuso bakhe; negama lakhe liyakuba semabunzini azo.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 22:4
18 Referans Kwoze  

Ngase ngibona, bheka, iWundlu limi entabeni yaseSiyoni, kumi kanye nalo abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi amane nane, benegama likaYise lilotshwe emabunzini abo.


Babusisiwe abahlanzekile enhliziyweni, ngokuba bayakubona uNkulunkulu.


Onqobayo ngiyakumenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi akasayikuphuma ephuma, futhi ngiyakuloba phezu kwakhe igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, oyiJerusalema elisha, owehla ezulwini kuNkulunkulu wami: futhi ngizobhala phezu kwakhe igama lami elisha.


Landelani ukuthula nabantu bonke, nokungcweliswa, okungekho muntu oyobona iNkosi ngaphandle kwakho;


esithi: Lingawoni umhlaba, lolwandle, lezihlahla, size sibeke uphawu izinceku zikaNkulunkulu wethu emabunzini azo.


Ngokuba manje sibona esibukweni kalufifi; kepha ngaleso sikhathi ubuso nobuso; manje ngazi inxenye; kodwa ngalesosikhathi ngizakwazi njengoba lami ngaziwa.


Baba, ngithanda ukuba labo onginike bona nabo babe nami lapho ngikhona; ukuze babone inkazimulo yami onginike yona, ngokuba wangithanda kungakasekelwa umhlaba.


Uma umuntu engikhonza, makangilandele; nalapho ngikhona, iyakuba khona nenceku yami; uma umuntu engikhonza, uBaba uyakumdumisa yena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite