Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 17:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Ngabona owesifazane edakwe yigazi labangcwele, negazi labafakazi bakaJesu;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngase ngibona owesifazane edakiwe yigazi labangcwele negazi lawofakazi bakaJesu. Kuthe lapho ngimbona, ngamangala ngokumangala okukhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngase ngibona owesifazane edakwe yigazi labangcwele negazi lofakazi bakaJesu. Ngamangala ngokumangala okukhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngabona owesifazane edakwe yigazi labangcwele, negazi labafakazi bakaJesu;

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 17:6
12 Referans Kwoze  

Ngokuba bachitha igazi labangcwele nelabaprofethi, ubanikile igazi ukuba baliphuze; ngoba bafanele.


Sanikwa amandla okwenza umfanekiso wesilo uphile, ukuze umfanekiso wesilo ukhulume, senze ukuba babulawe abangawukhulekeli umfanekiso wesilo.


Ngiyayazi imisebenzi yakho, lalapho ohlala khona, lalapho isihlalo sikaSathane sikhona; njalo ulibambile ibizo lami, kawuphikanga ukholo lwami, langalezonsuku uAntipasi engumfakazi wami othembekileyo, owabulawa phakathi kwenu, lapho uSathane ehlala khona.


Sanikwa sona ukulwa nabangcwele, nokubanqoba, sanikwa amandla phezu kwezizwe zonke, nezilimi, nezizwe.


Bona bamehlula ngegazi leWundlu langezwi lobufakazi babo; futhi abakuthandanga ukuphila kwabo kwaze kwaba sekufeni.


Lapho kuchithwa igazi likaStefanu ufakazi wakho, nami ngangimi khona, ngivumelana nokubulawa kwakhe, ngilinda izingubo zabambulalayo.


Wathi kuye: Wonke umuntu ubeka iwayini elimnandi kuqala; kuthi lapho sebephuzile, kudlule elibi, kepha wena ugcinile elimnandi kuze kube manje.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite