Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 17:17 - Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Ngokuba uNkulunkulu ukufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zenze intando yakhe, zibe munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 ngokuba uNkulunkulu ukufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zenze umqondo wakhe, ziwenze umqondo munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Ngokuba uNkulunkulu ufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zifeze okuyisinqumo sakhe, zikwenze zimqondo munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngokuba uNkulunkulu ukufakile ezinhliziyweni zazo ukuba zenze intando yakhe, zibe munye, zinike isilo umbuso wazo, aze agcwaliseke amazwi kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 17:17
28 Referans Kwoze  

Kepha emihleni yezwi lengelosi yesikhombisa, nxa iqala ukubetha icilongo, imfihlakalo kaNkulunkulu iyakupheleliswa, njengalokho azishumayeza izinceku zakhe abaprofethi.


Kodwa makabongwe uNkulunkulu ofake inkuthalo efanayo enhliziyweni kaThithu ngani.


Sekudliwe isidlo sakusihlwa, uSathane esefakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele;


Lawa anomqondo munye, futhi anika isilo amandla awo namandla awo.


Kangikhulumi ngani lonke; ngiyabazi engibakhethileyo, kodwa ukuze kugcwaliseke umbhalo othi: Odla isinkwa lami ungiphakamisele isithende sakhe.


Nempela iNdodana yomuntu iyahamba njengokumisiweyo, kepha maye kulowo muntu ekhashelwa ngaye!


Ngase ngibona esinye isibonakaliso ezulwini, esikhulu nesimangalisayo: izingelosi eziyisikhombisa zinezinhlupho eziyisikhombisa zokugcina; ngoba ulaka lukaNkulunkulu lugcwaliswa ngazo.


Emva kwalokho uJesu ekwazi ukuthi zonke izinto seziphelile, ukuze kugcwaliseke umbhalo, wathi: Ngomile.


Basebekhulumisana besithi: Kasingasidabuli, kodwa kasisenzele inkatho ukuthi sizakuba ngekabani; ukuze kugcwaliseke umbhalo othi: Babelana izembatho zami, lesambatho sami benza inkatho yokuphosa. Akwenza-ke lokho amasosha.


Uma wababiza ngokuthi ngonkulunkulu, okwafika kubo izwi likaNkulunkulu, nombhalo ungeqiwe;


Ngokuba ngithi kini: Lokhu okulotshiweyo kusamelwe kufezeka kimi, kokuthi: Wabalwa kanye nezelelesi, ngokuba okuqondene nami kunesiphelo.


Khona uSathane wangena kuJuda othiwa u-Iskariyothe engowabayishumi nambili.


Base benikwa bonke izingubo ezimhlophe; Kwathiwa kubo ukuthi basaphumule isikhashana, kuze kugcwaliseke nezinceku ezikanye nabo nabafowabo ababezobulawa njengabo.


Yathi kimi: “Loba ukuthi: Babusisiwe abamenyelwe esidlweni somshado weWundlu. Yathi kimi: Lawa angamazwi kaNkulunkulu aqinisileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite