Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 17:15 - Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Yathi kimi: “Amanzi owawabonayo, lapho sihlezi khona isifebe, ayizizwe, nezixuku, nezizwe, nezilimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Yayisithi kimi: “Amanzi owabonayo, lapho sihlezi khona isifebe, angabantu, nezixuku, nezizwe, nezilimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Yayisithi kimi: “Amazwi owabonileyo lapho bekuhleli khona isifebe, ngabantu, izixuku, izizwe nezilimi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Yathi kimi: “Amanzi owawabonayo, lapho sihlezi khona isifebe, ayizizwe, nezixuku, nezizwe, nezilimi.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 17:15
14 Referans Kwoze  

Kwase kufika enye yezingelosi eziyisikhombisa ezazinezitsha eziyisikhombisa, yakhuluma nami, yathi kimi: “Woza lapha; Ngiyakukukhombisa ukwahlulelwa kwesifebe esikhulu esihlezi phezu kwamanzi amaningi;


Abantu nemindeni nezilimi nezizwe bayakuzibona izidumbu zabo izinsuku ezintathu nenxenye, bangavumeli izidumbu zabo zibekwe emathuneni.


Yasisithi kimi: Kumelwe uprofethe futhi ngabantu abaningi, nezizwe, nezilimi, namakhosi.


Bahlabelela isihlabelelo esisha, bethi: Ufanele ukuyithatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wasihlengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuzo zonke izizwe, nezilimi, nabantu, isizwe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite