Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 17:11 - Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Nesilo esasikhona, kepha esingasekho, singesesishiyagalombili, kepha siphuma kweziyisikhombisa, siya ekubhujisweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Nesilo esasikhona, kepha esingasekho, singesesishiyagalombili, sikuwo ayisikhombisa, siya ekubhujisweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Isilo esasikhona, kodwa esingasekho, sona singesesishiyagalombili, sikuwo ayisikhombisa, futhi siya ekubhujisweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Nesilo esasikhona, kepha esingasekho, singesesishiyagalombili, kepha siphuma kweziyisikhombisa, siya ekubhujisweni.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 17:11
4 Referans Kwoze  

Isilo owasibonayo sasikhona, kodwa asisekho; bayakwenyuka bephuma kwalasha, baye ekubhujisweni; bayakumangala abahlezi emhlabeni, abamagama abo angalotshwanga encwadini yokuphila kusukela ekusekelweni komhlaba, lapho bebona isilo esasikhona, ayikho, kanti nokho ikhona.


Ngase ngibona elinye lamakhanda aso kungathi lilimele lokufa; nenxeba laso elibulalayo lelashwa; umhlaba wonke wamangala ulandela isilo.


Oyisa ekuthunjweni uyakuya ekuthunjweni; obulala ngenkemba umelwe ukubulawa ngenkemba. Nakhu ukubekezela nokukholwa kwabangcwele.


Sasebenzisa onke amandla esilo sokuqala phambi kwaso, senza umhlaba nabakhileyo kuwo ukuba bakhulekele isilo sokuqala, esinxeba laso elibulalayo lelashwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite