Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 14:17 - Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kwaphuma enye ingelosi ethempelini elisezulwini, nayo inesikela elibukhali.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Enye ingelosi yayisiphuma ethempelini elisezulwini, nayo inesikela elibukhali.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Enye ingelosi yaphuma futhi ethempelini elisezulwini, nayo iphethe isikela elibukhali.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kwaphuma enye ingelosi ethempelini elisezulwini, nayo inesikela elibukhali.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 14:17
7 Referans Kwoze  

Ngase ngizwa izwi elikhulu liphuma ethempelini, lithi kuzo izingelosi eziyisikhombisa: “Hambani nithululele emhlabeni izitsha zolaka lukaNkulunkulu.


Kwaphuma enye ingelosi e-altare, inamandla phezu komlilo; yamemeza ngezwi elikhulu kophethe isikela elibukhali, yathi: “Faka isikela lakho elibukhali, ubuthe amahlukuzo omvini womhlaba; ngoba izithelo zayo sezivuthiwe.


Kwavulwa ithempeli likaNkulunkulu ezulwini, kwabonakala umphongolo wesivumelwano sakhe ethempelini lakhe, kwaba khona imibani, namazwi, nokuduma, nokuzamazama komhlaba, nesichotho esikhulu.


Ohlezi phezu kwefu waliphonsa isikela lakhe emhlabeni; futhi umhlaba wavunwa.


Eyesikhombisa yathululela isitsha sayo emoyeni; kwavela izwi elikhulu ethempelini lasezulwini, livela esihlalweni sobukhosi, lithi: “Sekwenzekile.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite