Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 4:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Niyafisa, ningabi nalutho;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Niyafisa, nokho aninalutho; niyabulala ninomhawu, nokho anizuzi lutho; niyalwa nenza impi. Aninalutho, ngokuba ningaceli;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Niyafisa, kodwa aninalutho. Niyabulala, ninomhawu, kepha anizuzi lutho; niyalwa, nidala izimpi. Aninalutho ngoba aniceli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Niyafisa, ningabi nalutho;

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 4:2
14 Referans Kwoze  

Kuze kube manje anikaceli lutho egameni lami; celani, nizakwamukeliswa, ukuze ukuthokoza kwenu kugcwale.


Uma noma ubani kini entula ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu opha bonke ngobuhle, engasoli; njalo uzakuphiwa.


UJesu waphendula wathi kuye: Uba ubusazi isipho sikaNkulunkulu, lokuthi ngubani othi kuwe: Nginathisa; ubuyakucela kuye, yena ubeyakukunika amanzi aphilayo.


Nimlahlile nambulala olungileyo; futhi akamelani nani.


Lowo ozonda umzalwane wakhe ungumbulali, niyazi ukuthi akukho mbulali onokuphila okuphakade okuhlezi kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite