Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kaPetru 2:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Wakhulula uLothi olungileyo, owayecunulwe yihambo engcolileyo yababi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 noLoti olungileyo, ehlushwa ngukuhamba ngamanyala kwabangenamthetho, wamhlangulisa –

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kepha wamhlenga uLothi owayelungile, owayekhathazwe ngamanyala axakile ayenziwa ngabangenamthetho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wakhulula uLothi olungileyo, owayecunulwe yihambo engcolileyo yababi.

Gade chapit la Kopi




2 kaPetru 2:7
14 Referans Kwoze  

Ngakho-ke, bathandekayo, njengokuba nazi lokho ngaphambili, xwayani ukuba nidukiswe nokuduka kwababi, niwe ekuqineni kwenu.


Anifikelwa ukulingwa okuvamile kubantu, kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu; kepha kanye nokulingwa uyakunenza nendlela yokuphunyuka, nize nibe-namandla okukuthwala.


Nabaningi bayakulandela ukonakala kwabo; okuyakuthi ngaye indlela yeqiniso ihlanjalazwe.


Ngokuba bekhuluma amazwi okuyize okuyize, babayenga ngezinkanuko zenyama, ngamanyala, labo ababesesindile kulabo abahamba ngokuduka.


Ngokuba sekungene ngokunyenya abantu abathile, abamiselwa ngaphambili lokhukulahlwa ngaphambili, abangamesabi uNkulunkulu, abaphendula umusa kaNkulunkulu wethu ube ngamanyala, bephika uMbusi oyedwa uNkulunkulu wethu, neNkosi yethu uJesu Kristu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite