Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 5:14 - Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Ngakho-ke ngithanda ukuba abesifazane abasha bagane, bazale, baphathe umuzi, banganiki isitha ithuba lokuthuka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngakho-ke ngithanda ukuba abafelokazi abasha bagane, bazale abantwana, baphathe indlu yabo, bangasiniki isitha ithuba lokuthuka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Ngakho-ke ngiyabayala abafelokazi abasebasha ukuba bagane, bazale izingane, banakekele indlu yabo, ukuze bangasiniki isitha ithuba lokuthuka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngakho-ke ngithanda ukuba abesifazane abasha bagane, bazale, baphathe umuzi, banganiki isitha ithuba lokuthuka.

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 5:14
19 Referans Kwoze  

babe ngabaqondayo, abamhlophe, abagcina imizi, abalungile, abathobela amadoda abo, ukuze izwi likaNkulunkulu lingahlanjalazwa.


Bonke abangaphansi kwejoka mabathi abaninizo bafanele ukutuswa konke, ukuze igama likaNkulunkulu nesifundiso kungahlanjalazwa.


Inkulumo ephilileyo engenakulahlwa; ukuze ophambeneyo abe namahloni, engenalutho olubi angalusho ngani.


Benqabela ukuganana, belaya ukuthi bayeke ukudla, uNkulunkulu akudalela ukuthi kwemukelwe ngokubonga yilabo abakholwayo labalaziyo iqiniso.


Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, nombhede ungabi nasisihla, kepha izifebe neziphingi uNkulunkulu uyakuzahlulela.


Kepha abafelokazi abasha ubala;


Ngakho-ke ngithanda ukuba amadoda akhuleke ezindaweni zonke, ephakamisa izandla ezingcwele, ngaphandle kolaka nokungabaza.


Kodwa engikwenzayo, lokho ngizakwenza, ukuze ngiqume ithuba kwabafuna ithuba; ukuze kulokho abaziqhayisa ngakho, baficwe benjengathi.


Ngakho-ke masingabe sisahlulelana, kepha kunalokho yahlulelani lokhu, ukuba kungabikho obeka isikhubekiso noma isikhubekiso endleleni yomzalwane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite