Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 4:15 - Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Zindla ngalezizinto; zinike ngokuphelele kuzo; ukuze ukuqhubeka kwakho kubonakale kubo bonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Nakekela lezo zinto, ume kuzo, ukuze ukuqhubeka kwakho kuqhame kubo bonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Yenza lezi zinto, uzinikele kuzo, ukuze ukuqhubekela phambili kwakho kubonwe yibo bonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Zindla ngalezizinto; zinike ngokuphelele kuzo; ukuze ukuqhubeka kwakho kubonakale kubo bonke.

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 4:15
26 Referans Kwoze  

Kanjalo makukhanye ukukhanya kwenu phambi kwabantu, ukuze babone imisebenzi yenu emihle, badumise uYihlo osezulwini.


Kepha thina siyakukhuthalela ukukhuleka, nasenkonzweni yezwi.


owazinikela ngenxa yethu, ukuze asihlenge kubo bonke ububi, futhi azihlambulule isizwe esiyisizwe, esishisekela imisebenzi emihle.


Uma ukhumbuza abazalwane ngalezi zinto, uyakuba yisikhonzi esihle sikaJesu Kristu, esondliwe ngamazwi okukholwa nesifundiso esihle osigcinile.


Futhi lokhu abakwenzanga njengokuthemba kwethu, kodwa bazinikela kuqala eNkosini nakithi ngentando kaNkulunkulu.


Ngiyanincenga, bazalwane, niyayazi indlu kaStefana ukuthi iyilibo lase-Akhaya nokuthi bazinikele enkonzweni yabangcwele;


sisazi ukuthi yena owavusa iNkosi uJesu uzasivusa lathi ngoJesu, asethule kanye lani.


Ungasideleli isiphiwo esikuwe, owasiphiwa ngesiprofetho ngokubekwa izandla zabadala.


Ziqaphele wena nesifundiso; hlala kuzo, ngokuba ngokwenza lokho uyakuzisindisa wena nabakuzwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite