Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 1:7 - Baasraak Zulu New Testament Bible

7 befisa ukuba ngabafundisi bomthetho; bengaqondi abakushoyo, nalokho abakuqinisayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 befuna ukuba babe ngabafundisi bomthetho, ingani kabaqondi abakushoyo nabaqinisa ngakho begomela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 befuna ukuba ngabafundisi bomthetho, nakuba bengakuqondi abakushoyo nalokho abakugcizelela ngeqholo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 befisa ukuba ngabafundisi bomthetho; bengaqondi abakushoyo, nalokho abakuqinisayo.

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 1:7
20 Referans Kwoze  

Bezishaya abahlakaniphileyo baba yiziwula;


Kepha laba, njengezilwane ezingenangqondo, ezizalelwe ukubanjwa zibhujiswe, bahlambalaza abangaziqondiyo; futhi bayobhubha nokubhubha ekonakaleni kwabo;


Uyazidla, engazi lutho, kodwa ukuhaha ngemibuzo lengxabano yamazwi, okuvela kukho umhawu, ukuxabana, ukuthuka, ukucabanga okubi;


Ngakho yena oniphayo uMoya nowenza imisebenzi yamandla phakathi kwenu ukwenza ngemisebenzi yomthetho noma ngezwi lokukholwa na?


Njalo befunda, kodwa bengabe besakwazi ukufinyelela olwazini lweqiniso.


Yilokhu kuphela engifuna ukukufunda kini: Namamukela uMoya ngemisebenzi yomthetho noma ngezwi lokukholwa na?


Ngitsheleni nina enithanda ukuba phansi komthetho, aniwuzwa yini umthetho na?


Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe. Uma impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.


Kwehla abathile bevela eJudiya, bafundisa abazalwane, bathi: “Uma ningasoki ngokwesiko likaMose, anikwazi ukusindiswa.


Base bemphendula uJesu, bathi: “Asazi. Wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.


Kwathi emva kwezinsuku ezintathu bamfumana ethempelini, ehlezi phakathi kwabafundisi, ebazwa, ebabuza.


Ningabi ngabafundisi abaningi, bazalwane bami, nazi ukuthi siyakwamukeliswa ukulahlwa okukhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite