Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kaPetru 2:20 - Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Ngokuba kuludumo luni, uma nibekezela nishaywa ngenxa yokona na? kepha uma nenza kahle nihlupheka ngenxa yalokho, nikubekezelela, lokho kuyabongeka kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngokuba kuludumo luni, uma nibekezela nishaywa lapho nonile na? Kepha uma nibekezela lapho nenze okuhle nihlushwa, lokho kuyabongeka kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Kunamvuzo muni ukubekezela lapho nishayelwa enikonileyo na? Kepha uma nibekezela lapho nihlushwa nibe nenze okuhle, lokho kuyancomeka kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngokuba kuludumo luni, uma nibekezela nishaywa ngenxa yokona na? kepha uma nenza kahle nihlupheka ngenxa yalokho, nikubekezelela, lokho kuyabongeka kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




1 kaPetru 2:20
14 Referans Kwoze  

Ngoba lokhu kuyabongeka, uba umuntu ngenxa kanembeza kuNkulunkulu ethwala usizi, ehlupheka ngokungafanele.


Ngokuba kungcono ukuhlupheka ngokwenza okuhle, uma kuyintando kaNkulunkulu, kunokuhlupheka nenza okubi.


Kepha uma nihlupheka ngenxa yokulunga, nibusisiwe;


Ngokuba uma nithanda abanithandayo, ninakubongwa kuni na? ngoba nezoni zithanda abazithandayo.


Uma nibingelela abafowenu bodwa, nenza ngani ngaphezu kwabanye na? Abenzi njalo nabathelisi na?


Kuze kube yilesi sikhathi silambile, somile, sihamba ze, siyashaywa, asinandawo yokuhlala;


Abanye baqala ukumkhafulela amathe, nokumboza ubuso bakhe, nokumshaya, nokuthi kuye: “Profetha!” Izinceku zamshaya.


Base bemkhafulela ngamathe ebusweni, bamshaya; abanye bamshaya ngezintende zezandla.


Kepha nginakho konke, ngiyachichima, sengamukele ku-Ephafrodithu izinto ezavela kini, iphunga elimnandi, nomhlatshelo owamukelekayo, othokozisayo kuNkulunkulu.


nihlola ukuthi kuyini okwamukelekayo eNkosini.


Kodwa kuhle ukutshiseka entweni enhle njalonjalo, kungabi nxa ngilani kuphela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite