Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 4:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 indlu yakho mayibe njengendlu kaPheresi uTamari amzalela uJuda ngenzalo uJehova ayakukunika yona ngale ntombazana.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Sengathi abantwana uSimakade azobapha le ntombazane bangenza indlu yakho ifane nekaPherezi ayivuselwa nguJuda ngokungena uThamari.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Indlu yakho mayibe njengendlu kaPerezi uTamari amzalela uJuda, ngenzalo uJehova ayakukunika yona ngale ntombi.

Gade chapit la Kopi




URuthe 4:12
8 Referans Kwoze  

Kwathi ukuba afinyeze isandla sakhe, nangu umfowabo ephuma; wathi: “Ufuzuleleni na?” Ngalokho igama lakhe laqanjwa ngokuthi uPheresi.*


UTamari umalokazana wakhe wamzalela oPheresi noZera. Onke amadodana kaJuda ayeyisihlanu.


U-Eli wabusisa u-Elkana nomkakhe, wathi: “UJehova makakunike inzalo ngalo wesifazane ngenxa yalokho uJehova atshelekwa khona.” Base bebuyela ekhaya.


uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu;


Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi ayengoHesironi noHamule.


Nazi izizukulwane zikaPheresi: uPheresi wazala uHesironi;


“AkusiMunye osenzileyo, okusele kuye umoya wethu na? Ufunani lo Munye? Inzalo kaNkulunkulu. Ngalokho qaphelani umoya wenu ukuba ningamkhohlisi umfazi wobusha benu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite