Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 3:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wehlela esibuyeni, wenza njengakho konke amyale ngakho uninazala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Wayesehla waya esibuyeni, wafike wenza njengalokhu uninazala emyalile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wehlela phansi, wenza njengalokho uninazala emyalile.

Gade chapit la Kopi




URuthe 3:6
7 Referans Kwoze  

Ndodana yami, yizwa ukulaya kukayihlo, ungawushiyi umthetho kanyoko,


Wathi unina ezincekwini: “Nayikuphi akusho kini anokwenza.”


“Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zibe zinde ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.


Ningabahlobo bami, uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


Wathi kuye: “Konke okushoyo ngiyakukwenza.”


UBowazi wadla waphuza, inhliziyo yakhe yathokoza, waya ukulala ngasekugcineni kwenqwaba yamabele; wafika kahle, wambula izinyawo zakhe, walala.


Kepha u-Esteri wayengakhulumanga ngabantu bakubo nangezihlobo zakhe, ngokuba uMoridekayi wayeyiyalile ukuba ingakusho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite