Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 3:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Manje, ndodakazi yami, ungesabi; ngiyakukwenzela konke okushoyo, ngokuba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesifazane olungileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Manje ndodakazi yami, ungesabi, konke okucelayo ngizokwenzela khona. Ngokuba bonke abantu bakithi bayazi ukuthi ungowesifazane onesimilo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Manje, ndodakazi yami, ungesabi; Ngizokwenza kuwe noma yini oyicelayo, ngoba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesifazane oqotho.

Gade chapit la Kopi




URuthe 3:11
5 Referans Kwoze  

Ngubani ongathola umfazi okhutheleyo na? Ngokuba inani lakhe lidlula kakhulu amarubi.*


Owesifazane okhutheleyo ungumqhele kuyo indoda yakhe, kepha ohlazisayo unjengokubola kwamathambo ayo.


Yebo, kuqinisile ukuthi ngingumhlengi, kepha kukhona umhlengi omkhulu kunami.


UJehova wabonakala kuye ngabona lobo busuku, wathi: “NginguNkulunkulu kayihlo u-Abrahama; ungesabi, ngokuba nginawe; ngizakukubusisa, ngiyandise inzalo yakho ngenxa yenceku yami u-Abrahama.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite