Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 2:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wayesenamathela-ke kuwo amantombazana kaBowazi ukukhothoza kwaze kwaba sekugcineni kokuvunwa kwebhali* nokukakolweni; wahlala-ke noninazala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 URuthi wanamathela ezincekukazini ezazivunela uBhowazi, wakhothoza kwaze kwaba sekugcineni kokuvunwa kwebhali nokolo; wayesehlala noninazala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngakho wanamathela emadodakazini kaBowazi ukukhothoza, kwaze kwaba sekupheleni kokuvunwa kwebhali nokuvunwa kukakolweni; wahlala noninazala.

Gade chapit la Kopi




URuthe 2:23
11 Referans Kwoze  

Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyakushoshozelwa yizo.


Indodana ehlakaniphileyo iyalaywa nguyise, kepha isideleli asilaleli ukukhuzwa.


“Wozibalela amasonto ayisikhombisa; kusukela esikhathini oqala ngaso ukubeka isikela ezinhlangeni zamabele woqala ukubala amasonto ayisikhombisa.


Ningakhohliswa; ukujwayelana nababi konakalisa ukuziphatha okuhle.


UPetru esesegcekeni ngaphansi, kwafika enye yamantombazana ompristi omkhulu,


Kwashaywa ifilakisi* nebhali,* ngokuba ibhali lalikhahlele, nefilakisi laliqhakazile.


UNawomi wayesethi kuRuthe umalokazana wakhe: “Kuhle, ndodakazi yami, ukuba uphume namantombazana akhe, ungafikelwa kwenye insimu.”


UNawomi uninazala wathi kuye: “Ndodakazi yami, angiyikukufunela ukuphumula ukuba kube kuhle kuwe na?


Wabuya-ke uNawomi kanye noRuthe wakwaMowabi umalokazana wakhe owabuya ezweni lakwaMowabi, bafika eBetlehema ekuqaleni kokuvunwa kwebhali.*


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite