Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 2:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UNawomi wayenesihlobo somyeni wakhe, umuntu ocebileyo, owomndeni ka-Elimeleki, igama lakhe linguBowazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 UNawomi wayenesihlobo somyeni wakhe, u-Elimelekhi, esasicebe kakhulu, igama laso kunguBhowazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UNawomi wayenesihlobo somyeni wakhe, indoda enamandla aphilileyo, esomndeni ka-Elimeleki; igama lakhe lalinguBhowazi.

Gade chapit la Kopi




URuthe 2:1
13 Referans Kwoze  

uSalimoni wazala uBowazi; uBowazi wazala u-Obede;


Yebo, kuqinisile ukuthi ngingumhlengi, kepha kukhona umhlengi omkhulu kunami.


Angithi uBowazi owawunamantombazana akhe uyisihlobo sethu na? Bheka, uyela ibhali* kusihlwa esibuyeni.


uSalimoni wazala uBowasi kuRahabi, uBowasi wazala u-Obede kuRuthe, u-Obede wazala uJesayi;


Igama lalowo muntu lalingu-Elimeleki, igama lomkakhe lalinguNawomi, amagama amadodana akhe amabili ayengoMahaloni noKiliyoni; babe ngama-Efratha aseBetlehema Juda. Bafika ezweni lakwaMowabi, bahlala khona.


kaJesayi ka-Obede kaBowasi kaSala kaNasoni


uma ngithokozile, ngokuba imfuyo yami inkulu nangokuba isandla sami sithole okuningi;


Impahla yakhe yayiyizimvu eziyizinkulungwane eziyisikhombisa, namakamela ayizinkulungwane ezintathu, namabhangqa angamakhulu ayisihlanu ezinkabi, nezimbongolo zezinsikazi ezingamakhulu ayisihlanu, nezinceku eziningi kakhulu; wayemkhulu lowo muntu kunabo bonke abantu basempumalanga.


URuthe wakwaMowabi wathi kuNawomi: “Mangihambe, ngiye ensimini, ngikhothoze ezikhwetshini emva kwalowo engiyakufumana umusa emehlweni akhe.” Wathi kuye: “Hamba, ndodakazi yami.”


UMenahemu wakhiphisa u-Israyeli imali, bonke abantu abacebileyo, kwaba yilowo nalowo amashekeli* angamashumi ayisihlanu esiliva ukuwanika inkosi yase-Asiriya. Yayisibuyela emuva inkosi yase-Asiriya, ayihlalanga khona ezweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite