Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 1:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJehova makaninike ukuba nifumane ukuphumula, kube yilowo nalowo endlini yomyeni wakhe.” Wayesebanga, badazuluka, bakhala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Sengathi uSimakade anganenza nifumane ukuphumula, yilowo nalowo emzini womyeni wakhe.” Wabe eseyabanga, base bedazuluka bekhala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJehova uyaninika ukuba nithole ukuphumula, kube yilowo nalowo endlini yendoda yakhe. Wabe esebanga; badazuluka bakhala.

Gade chapit la Kopi




URuthe 1:9
8 Referans Kwoze  

UNawomi uninazala wathi kuye: “Ndodakazi yami, angiyikukufunela ukuphumula ukuba kube kuhle kuwe na?


Bakhala kakhulu bonke, bamgona uPawulu ngentamo, bamanga,


Wabanga bonke abafowabo, wakhalela kubo; emva kwalokho abafowabo bakhuluma naye.


UJakobe wamanga uRaheli, waphakamisa izwi lakhe, wakhala.


Wasondela wamanga, wahogela iphunga lezingubo zakhe, wambusisa wathi: “Bheka, iphunga lendodana yami linjengephunga lensimu ebusisiwe nguJehova.


UNawomi wathi komalokazana bakhe ababili: “Hambani nibuyele, kube yilowo nalowo endlini kanina; uJehova makanenzele umusa, njengalokho nanenza kwabafileyo nakimi.


Bathi kuye: “Hhayi! Kepha sobuyela nawe kubantu bakini!”


Awungivumelanga ukuba ngange amadodana ami namadodakazi ami. Untumazele ngalokho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite