UNumeri 9:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE20 Ngesinye isikhathi ifu laliphezu kwetabernakele izinsuku eziyingcosana nje; khona ngesiyalezo sikaJehova bahlala ekamu,* nangesiyalezo sikaJehova bahamba. Gade chapit laIsiZulu 202020 Ngesinye isikhathi ifu lalima phezu kwethabanakeli izinsuku ezimbalwa. Babehlala enkanjini ngokwesiyalezo sikaSimakade, bahambe futhi njengokuyala kukaSimakade. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202420 Kwathi lapho ifu liphezu kwetabernakele izinsuku ezimbalwa; njengokwesiyalezo sikaJehova bahlala ematendeni abo, basuka njengomyalo kaJehova. Gade chapit la |