Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 9:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngesiyalezo sikaJehova abantwana bakwa-Israyeli bahamba, nangesiyalezo sikaJehova bamisa; ngesikhathi ifu lihlala phezu kwetabernakele bahlala ekamu.*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Abakwa-Israyeli babesuka njengokusho kukaSimakade, kuthi ngokuyala kwakhe bakanise sonke isikhathi lapho ifu lihleli phezu kwethabanakeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngokomyalo weNkosi abantwana bakoIsrayeli basuka, lanjengomlayo weNkosi bamisa inkamba;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 9:18
7 Referans Kwoze  

Ngokuba angithandi, bazalwane, ukuba ningazi ukuthi okhokho bethu bonke babephansi kwefu, bonke badabula ulwandle;


Yilolu-ke uthando ukuba sihambe ngokwemiyalo yakhe; yiwo umyalo ukuba nihambe ngawo, njengalokho nezwa kwasekuqaleni.


Ngokokuqala basuka ngokwesiyalezo sikaJehova ngesandla sikaMose.


Ngesinye isikhathi ifu laliphezu kwetabernakele izinsuku eziyingcosana nje; khona ngesiyalezo sikaJehova bahlala ekamu,* nangesiyalezo sikaJehova bahamba.


Ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli lasuka ehlane laseSini, bahamba ngamabanga njengesiyalo sikaJehova, bamisa eRefidimi; kwakungekho manzi okuba abantu baphuze.


Nalapho ifu lihlala phezu kwetabernakele izinsuku eziningi, abantwana bakwa-Israyeli bagcina isiyalezo sikaJehova, abahambanga.


Kwakunjalo ngesikhathi sonke: ifu lalisibekela, kwabonakala umlilo ebusuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite