Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 6:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “ ‘Umpristi uyakuthabatha umkhono ophekiweyo wenqama, neqebelengwane eqomeni, nomqathane ongenamvubelo, akufake ezandleni zomNaziri, nxa esephuculile ubuNaziri bakhe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 “ ‘Umphristi uyothatha umkhono wenqama ophekiweyo, neqebelengwane eqomeni, nekhekheba elingenamvubelo, akubeke ezandleni zomnaziri, ngesikhathi esephucule ubunaziri bakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Umpristi kumelwe athathe umlenze omanzi wenqama neqebelengwane elilodwa elingenamvubelo eqomeni neqebelengwane elilodwa elingenamvubelo akubeke ezandleni zomNaziri ngemva kokuba esephuciwe izinwele zakhe.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 6:19
7 Referans Kwoze  

Yebo, bengakashisi amanoni, yafika inceku yompristi, yathi kumuntu ohlabayo: “Letha inyama yokoselwa umpristi, ngokuba akayikuthatha kuwe inyama ephekiweyo kepha eluhlaza.”


izandla zakhe uqobo zilethe iminikelo yomlilo kaJehova, alethe amanoni kanye nesifuba ukuba isifuba sizuliswe, sibe ngumnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova.


Wathi uMose ku-Aroni nakumadodana akhe: “Phekani inyama ngasemnyango wetende lokuhlangana, niyidle kanye nesinkwa esiseqomeni lokwahlukaniselwa, njengalokho ngayala ngathi: ‘U-Aroni namadodana akhe bayakukudla.’


wakubeka konke ezandleni zika-Aroni, nasezandleni zamadodana akhe, wakuzulisa kwaba ngumnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


“Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa owesilisa noma owesifazane enza isithembiso esithile, isithembiso somNaziri,* ukuzahlukanisela kuJehova,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite