Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 5:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Indoda iyakukhululeka ebubini, kepha owesifazane uyakubuthwala ububi bakhe.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Indoda iyakukhululeka ebubini, kodwa owesifazane uyobuthwala ububi bakhe.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Khona-ke indoda iyakuba msulwa ebubini, futhi lona wesifazane uyothwala ububi bakhe.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 5:31
8 Referans Kwoze  

“ ‘Umuntu ophinga nomfazi womunye umuntu nophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi ziyakubulawa nokubulawa.


Bheka, yonke imiphefumulo ingeyami, umphefumulo kayise njengomphefumulo womntwana; ingeyami; umphefumulo owonayo uyakufa.


Uzakuhlalukisa ukulunga kwakho njengokukhanya, nokufanele wena njengemini.


Kepha umuntu ohlambulukileyo, engekho ekuhambeni, oyeka ukulenza iphasika, lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo, ngokuba akanikelanga ngomnikelo kaJehova ngesikhathi esinqunyiweyo; lowo muntu uyakuthwala ububi bakhe.


noma lapho indoda ifikelwa ngumoya wesikhwele, ibe nesikhwele ngomkayo; khona iyakumbeka owesifazane phambi kukaJehova, umpristi agcine wonke lo mthetho kuye.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite