Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 5:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 alale nenye indoda kusithekile emehlweni endoda yakhe, kufihlwe, angcoliswe, kungekho fakazi nokho ngaye, futhi engabanjwanga,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 alale nenye indoda, immithise, kufihleke endodeni yakhe, futhi angabanjwa, uzingcolisile, noma ngabe akukho fakazi nokho ngaye, futhi engabanjwanga egila lo mkhuba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Futhi indoda yalala naye, futhi kufihliwe emehlweni endoda yakhe futhi kugcinwe eduze, futhi ungcolile, kungekho fakazi ngokumelene naye, futhi akathathwanga ngokulunga;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 5:13
6 Referans Kwoze  

“ ‘Ungalali nomkamakhelwane ukuzingcolisa ngaye.


“ ‘Umuntu ophinga nomfazi womunye umuntu nophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi ziyakubulawa nokubulawa.


“Inje indlela yowesifazane ophingayo: uyadla, abesesula umlomo wakhe, athi: ‘Angenzanga isono.’


yaphatha isikhwama semali ngesandla sayo; iyakubuyela ekhaya ngosuku lokuhlangana kwenyanga.”


Niyethemba enkembeni yenu, nenza izinengiso, ningcolisa, kube yilowo nalowo umkamakhelwane wakhe. Pho, niyakudla ifa lezwe na?’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite