Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 4:43 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena emsebenzini ukukhonza etendeni lokuhlangana,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

43 kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena emsebenzini wokukhonza ethendeni lokuhlangana,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuze kufike kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abangena enkonzweni yomsebenzi etendeni lokuhlangana,

Gade chapit la Kopi




UNumeri 4:43
5 Referans Kwoze  

Labo ababalwayo bemindeni yamadodana kaMerari ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise,


labo ababalwayo kubo ngemindeni yabo babe yizinkulungwane ezintathu namakhulu amabili.


“Yilokhu okungokwamaLevi: kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili nanhlanu kuya phezulu ayakungena ukugcina umsebenzi wenkonzo yetende lokuhlangana:


kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabeneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena emsebenzini ukukhonza etendeni lokuhlangana;


Yena uJesu, ukuqala kwakhe, wayeneminyaka engaba ngamashumi amathathu, eyindodana, njengokushiwoyo, kaJosefa ka-Eli


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite