Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 4:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena emsebenzini ukukhonza etendeni lokuhlangana,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena emsebenzini wokukhonza ethendeni lokuhlangana,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuze kufike kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abangena enkonzweni yomsebenzi etendeni lokuhlangana,

Gade chapit la Kopi




UNumeri 4:39
4 Referans Kwoze  

Labo ababalwayo bamadodana kaGereshoni ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise,


labo ababalwayo kubo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise babe yizinkulungwane ezimbili namakhulu ayisithupha namashumi amathathu.


kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabeneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena emsebenzini ukukhonza etendeni lokuhlangana;


Yena uJesu, ukuqala kwakhe, wayeneminyaka engaba ngamashumi amathathu, eyindodana, njengokushiwoyo, kaJosefa ka-Eli


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite