Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 4:38 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Labo ababalwayo bamadodana kaGereshoni ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 Labo ababalwayo bozalo lukaGereshoni ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho babo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Labo ababalwayo bamadodana kaGereshoni ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 4:38
4 Referans Kwoze  

Yilabo ababalwayo bemindeni yamaKohati, bonke abakhonza etendeni lokuhlangana, ababalwa nguMose nangu-Aroni njengesiyalezo sikaJehova ngesandla sikaMose.


kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena emsebenzini ukukhonza etendeni lokuhlangana,


Labo ababalwayo kubo njengokomumo wabesilisa bonke kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, ababalwayo kubo babe yizinkulungwane eziyisikhombisa namakhulu ayisihlanu.


abapristi babhalwa ngezindlu zawoyise, namaLevi abhalwa kusukela kwaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu ngezimfanelo zawo nezigaba zawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite