Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 4:33 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Lowo ungumsebenzi wemindeni yamadodana kaMerari ngokomsebenzi wabo wonke etendeni lokuhlangana phansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Yilowo umsebenzi wemindeni yabozalo lukaMerari abamiselwe ukuwenza ethendeni lokuhlangana phansi kwesandla sika-Ithamari, indodana ka-Aroni umphristi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Lena yinkonzo yezizukulwane zamadodana kaMerari ngomsebenzi wawo wonke etendeni lokuhlangana ngaphansi kwesandla sika-Ithamari indodana ka-Aroni umpristi.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 4:33
7 Referans Kwoze  

Lowo ungumsebenzi wemindeni yamadodana amaGereshoni etendeni lokuhlangana; okugcinwa yiwo kube phansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.


Lapho umuntu eyakubamba umfowabo endlini kayise ethi: “Wena unengubo, yiba ngumbusi wethu, le ncithakalo ibe phansi kwesandla sakho,”


UJoshuwa wakhuluma kubapristi, wathi: “Phakamisani umphongolo wesivumelwano, niwele phambi kwabantu.” Baphakamisa-ke umphongolo wesivumelwano, bahamba phambi kwabantu.


nezinsika zegceke nxazonke, nezinyawo zazo, nezikhonkwane zazo, nezintambo zazo, nempahla yonke yazo, nenkonzo yonke yazo, nibamisele ngamagama impahla abafanele ukuyithwala.


OMose no-Aroni nezikhulu zenhlangano babala amadodana amaKohati ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise,


Lokhu kuyimali yetabernakele,* itabernakele lobufakazi, njengokubalwa kwayo ngesiyalezo sikaMose, ngokubala kwamaLevi ngesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.


nezinqola ezine nezinkabi eziyisishiyagalombili wazinika amadodana kaMerari ngomsebenzi wawo phansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite