Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 4:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Ngesiyalezo sika-Aroni nangesamadodana akhe uyakwenziwa wonke umsebenzi wamadodana amaGereshoni emithwalweni yawo yonke nasemisebenzini yawo yonke; niwamisele yonke imithwalo yawo ezakugcinwa yiwo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Yonke imisebenzi yabozalo lwamaGerishoni nakho konke abakwenzayo nabayokwenza, kuyoya njengokuyala kuka-Aroni namadodana akhe, bayakuwamisela imisebenzi okumele ayenze.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ngokumisa kuka-Aroni namadodana akhe, yonke inkonzo yamadodana amaGereshoni iyakuba kuyo yonke imithwalo yawo nakuyo yonke inkonzo yawo;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 4:27
4 Referans Kwoze  

Ngiyanibonga ngokuba ningikhumbula ezintweni zonke, nibambelela ezifundisweni, njengokuba nganinika zona.


njengalokho yakhuluma ngomlomo wabaprofethi bayo abangcwele basendulo,


nezilenge zegceke, neveli lomnyango wesango legceke elingasetabernakele* nangase-altare nxazonke, nezintambo zakho, nezinto zonke zokukhonza kwabo; nakho konke okwenzelwa zona bayakukwenza.


Lowo ungumsebenzi wemindeni yamadodana amaGereshoni etendeni lokuhlangana; okugcinwa yiwo kube phansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite