Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 36:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 ngokuba oMahela, noTirisa, noHogila, noMilka, noNowa, amadodakazi kaSelofehadi, agana amadodana awoyisekazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 UMahela, uThiriza, uHogila, uMilikha, noNowa, amadodakazi kaZelofehadi, agana amadodana abafowabo bakayise.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba uMagila, noTirisa, noHogila, noMilka, noNowa, amadodakazi kaSelofehadi, agana amadodana abafowabo bakayise.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 36:11
4 Referans Kwoze  

Kwase kusondela amadodakazi kaSelofehadi kaHeferi kaGileyadi kaMakiri kaManase, awemindeni kaManase indodana kaJosefa; lawa angamagama amadodakazi akhe: oMahela, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa.


USelofehadi indodana kaHeferi wayengenamadodana enamadodakazi odwa; amagama amadodakazi kaSelofehadi ayengoMahela, noHogila, noMilka, noTirisa.


Njengalokho uJehova emyalile uMose, enze njalo-ke amadodakazi kaSelofehadi,


Agana emindenini yamadodana kaManase indodana kaJosefa, nefa lawo lahlala esizweni somndeni kayise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite