Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 “ ‘Aniyikuthatha ihlawulo lobalekele emzini wakhe wokuphephela ukuba abuye ahlale ezweni, engakafi umpristi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 “ ‘Aniyukuyithatha inhlawulo kumuntu obalekele emzini wokuphephela, ukuze obhacile abuye azohlala ezweni, engakafi umphristi omkhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Aniyikuthatha isihlawulo ngomuntu obalekele emzini wakhe okhululekileyo ukuba abuye ahlale ezweni aze afe umpristi.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:32
8 Referans Kwoze  

Ahlabelela igama elisha, athi: “Ufanele wena ukuyithabatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wabathengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuyo yonke imindeni, nezilimi, nabantu, nezizwe,


Kepha umbhalo uvalele konke phansi kwesono, ukuze isithembiso ngokukholwa nguJesu Kristu siphiwe abakholwayo.


Angiwenzi ize umusa kaNkulunkulu, ngokuba uma ukulunga kuya ngomthetho, khona uKristu wafela ize.”


“Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho futhi elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.”


“ ‘Futhi aniyikuthatha ihlawulo lokuphila kombulali onecala lokubulala, kodwa wobulawa nokubulawa.


“ ‘Aniyikungcolisa izwe enikulo, ngokuba igazi liyalingcolisa izwe; alikho ihlawulo lezwe ngegazi elichithakele kulo, kuphela ngegazi lolichithile.


AbaseGibeyoni bathi kuye: “Akundaba yesiliva negolide noSawule nendlu yakhe, futhi akundaba yokubulala umuntu kwa-Israyeli.” Wathi: “Enikushoyo ngiyakunenzela khona.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite