Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 “ ‘Lezi zinto ziyakuba yisimiso sesahlulelo kini ezizukulwaneni zenu kuzo zonke izindlu zenu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 “ ‘Lokho kuyoba yisimiso sokwehlulela kini, nasezizukulwaneni zenu, kuzo zonke izindlu zenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Lezi zinto ziyakuba yisimiso sokwahlulela kini ezizukulwaneni zenu kuzo zonke izindawo zenu zokuhlala.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:29
5 Referans Kwoze  

Uma uyise engenabafowabo, niyakunika isihlobo sakhe esiseduze naye emndenini wabo ifa lakhe, alidle. Lokhu kuyakuba yisimiso sesahlulelo kubantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uJehova emyalile uMose.’ ”


Kwase kusondela amadodakazi kaSelofehadi kaHeferi kaGileyadi kaMakiri kaManase, awemindeni kaManase indodana kaJosefa; lawa angamagama amadodakazi akhe: oMahela, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa.


ngokuba nga ehlalile emzini wakhe wokuphephela waze wafa umpristi omkhulu; kepha emva kokufa kompristi omkhulu umbulali uyakubuyela ezweni eliyifa lakhe.


Etendeni lokuhlangana ngaphandle kwesihenqo esiphambi kobufakazi u-Aroni namadodana akhe bayakuziphatha kwasekuhlweni kuze kuse phambi kukaJehova; kuyakuba yisimiso sabantwana bakwa-Israyeli kuze kube phakade ezizukulwaneni zabo.


Kepha amaLevi ayakugcina inkonzo yetende lokuhlangana, athwale ububi bawo; kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu; naphakathi kwabantwana bakwa-Israyeli abayikuba nafa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite