Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 ngokuba nga ehlalile emzini wakhe wokuphephela waze wafa umpristi omkhulu; kepha emva kokufa kompristi omkhulu umbulali uyakubuyela ezweni eliyifa lakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 ngokuba umbulali kufanele ahlale emzini wokuphephela kuze kufe umphristi omkhulu. Kodwa emva kokufa komphristi omkhulu, umbulali angabuyela ezweni eliyifa lakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngoba ubemele ukuhlala emzini wakubo okhululekileyo, kuze kube sekufeni kompristi omkhulu; kodwa ngemva kokufa kompristi ophakeme umbulali kumelwe abuyele ezweni lefa lakhe.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:28
11 Referans Kwoze  

Kepha thina asisibo abokuhlehlela ekubhujisweni, kodwa singabokukholwa, kuze kube ngukusindiswa komphefumulo.


ngokuba sesingabahlanganyela kuKristu, uma sibambisisa ithemba lethu lokuqala kuze kube sekupheleni.


uPawulu wathi enduneni yekhulu nasemabuthweni: “Uma laba bengahlali emkhunjini, ningesindiswe nina.”


wathi ukuba afike, abone umusa kaNkulunkulu, wathokoza, wabayala bonke ukuba banamathele eNkosini ngokuzimisela inhliziyo.


umphindiseli wegazi emfica ngaphandle komkhawulo womuzi wakhe wokuphephela, umphindiseli wegazi embulala umbulali, akayikuba nacala legazi,


“ ‘Lezi zinto ziyakuba yisimiso sesahlulelo kini ezizukulwaneni zenu kuzo zonke izindlu zenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite