Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 umphindiseli wegazi emfica ngaphandle komkhawulo womuzi wakhe wokuphephela, umphindiseli wegazi embulala umbulali, akayikuba nacala legazi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 aficwe ngumphindiseli wegazi ngaphandle kwemingcele yomuzi wokuphephela, bese umphindiseli embulala umbulali, akayukuba nacala legazi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Isibalo segazi samthola ngaphandle kwemingcele yomuzi wakubo okhululekile, futhi inani legazi lambulala umbulali; angabi nacala legazi;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:27
5 Referans Kwoze  

ukuba igazi elingenacala lingachithwa phakathi kwezwe lakini akunika lona uJehova uNkulunkulu wakho libe yifa lakho, bese kuba yigazi phezu kwakho.


funa umphindiseli wegazi amxoshe umbulali isashisa inhliziyo yakhe, amfice, ngokuba indlela inde, amshaye aze afe, noma ebengafanele ukufa, lokhu ebekade engamzondi.


“Uma isela lificwa lisafohla, lishaywe lize life, akuyikuba yicala legazi maqondana nalo.


“ ‘Kepha uma umbulali edlula ngesikhathi esithile umkhawulo womuzi wakhe wokuphephela lapho ebalekele khona,


ngokuba nga ehlalile emzini wakhe wokuphephela waze wafa umpristi omkhulu; kepha emva kokufa kompristi omkhulu umbulali uyakubuyela ezweni eliyifa lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite