Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Uma emshaya ngetshe elisesandleni sakhe, umuntu angafa ngalo, aze afe, ungumbulali; umbulali wobulawa nokubulawa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Uma emshaya ngetshe aliphethe ngesandla, aze afe, ungumbulali; umbulali uyobulawa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Uma emshaya ngokujikijela ngetshe angafa ngalo, aze afe, ungumbulali; umbulali wobulawa nokubulawa.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:17
5 Referans Kwoze  

“Nxa abantu belwa, omunye ashaye omunye ngetshe noma ngenqindi yakhe, angafi kepha alale embhedeni,


Uma emshaya ngesikhali somuthi esisesandleni sakhe, umuntu angafa ngaso, aze afe, ungumbulali; umbulali wobulawa nokubulawa.


“ ‘Futhi aniyikuthatha ihlawulo lokuphila kombulali onecala lokubulala, kodwa wobulawa nokubulawa.


Kodwa elenu igazi okukulo umphefumulo wenu ngiyakulibiza; kuzo zonke izilwane ngiyakulibiza; nakubo bonke abantu ngiyakubiza umphefumulo wabo, owomunye esandleni somunye.


Ngiyakukwahlulela ngesahlulelo seziphingikazi nesabachithi begazi, ngehlisele phezu kwakho igazi lokufutheka nomhawu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite