Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Imizi eniyakuwanika yona iyakuba yimizi yenu eyisithupha yokuphephela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Imizi eniyobanika yona ibe ngeyokuphephela, iyokuba yisithupha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kuleyo mizi eniyakunika yona, niyakuba nemizi eyisithupha yesiphephelo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:13
5 Referans Kwoze  

Iyakuba yimizi yenu yokuphepha kumphindiseli, ukuze umbulali angafi engakemi phambi kwenhlangano, ahlulelwe.


Niyakunikela imizi emithathu ngaphesheya kweJordani, ninikele imizi emithathu ezweni laseKhanani ibe yimizi yokuphephela.


Leyo yayiyimizi emiselwe bonke abantwana bakwa-Israyeli nabafokazi ababegogobele phakathi kwabo, ukuze yilowo nalowo obulele umuntu ngesiphosiso abalekele khona, angafi ngesandla somphindiseli wegazi, aze eme phambi kwenhlangano.


“Imizi eniyakuyinika amaLevi iyakuba yimizi eyisithupha yokuphephela, eniyakuyinika umbulali ukuba abalekele kuyo; ngaphandle kwayo niyakuwanika imizi engamashumi amane nambili.


Banika amadodana ka-Aroni imizi yokuphephela, iHebroni neLibina namadlelo awo, neJatiri, ne-Eshitemowa namadlelo awo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite