Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 33:56 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

56 Kuyakuthi njengalokho bengithi ngiyakwenza kubo, ngenze njalo nakini.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

56 Ngiyokwenza kini lokho engangihlose ukukwenza kubo.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

56 Futhi kuyokwenzeka ukuthi ngiyokwenza kini njengoba bengicabanga ukwenza kubo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 33:56
10 Referans Kwoze  

Kuyakuthi njengalokho uJehova wayejabula ngani ukunenzela okuhle nokunandisa, kanjalo uJehova ajabule ngani ukwenza ukuba nibhubhe, niqothulwe, nisishulwe ezweni eningena kulo ukulidla.


uJehova wabasiphula ezweni lakubo ngolaka nangokufutheka nangentukuthelo enkulu, wabaphonsa kwelinye izwe njenganamuhla.’


Aniyikuhamba ngamasiko esizwe engisixosha phambi kwenu, ngokuba benza zonke lezo zinto; ngalokho nganengwa yibo.


ukuze izwe linganihlanzi nani, nxa nilingcolisa, njengalokho lahlanza isizwe esasikhona phambi kwenu.


“ ‘Kepha uma ningaxoshi abantu bezwe phambi kwenu, labo enibashiyayo bayakuba njengezinkandi emehlweni enu nanjengameva ezinhlangothini zenu, banikhathaze ezweni enihlala kulo.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite