Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 33:51 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa niwela iJordani ukuba ningene ezweni laseKhanani,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

51 “Khuluma kwabakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma niwela iJordani ukuba ningene eKhanani,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

51 Khuluma nabantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma niwela iJordani ningena ezweni laseKhanani;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 33:51
4 Referans Kwoze  

Abapristi abathwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova bema baqina emhlabathini owomileyo ngaphakathi neJordani, abantu bonke bawela emhlabathini owomileyo, saze sawela iJordani isizwe sonke saphelela.


“Yizwa, Israyeli: Wena uyakuwela iJordani namuhla, ungene udle izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe, imizi emikhulu nebiyelwe kuze kube sezulwini,


“Lapho uJehova uNkulunkulu wakho eyakukungenisa ezweni oya kulo ukulidla, axoshe izizwe eziningi phambi kwakho, amaHeti, namaGirigashi, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, izizwe eziyisikhombisa ezinkulu nezinamandla kunawe,


UJehova wakhuluma kuMose emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite