Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 32:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 kepha uma bengaweli nani behlomile, bayakunikwa ifa phakathi kwenu ezweni laseKhanani.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Kodwa uma bengaweli nani behlomile, bayonikwa ifa phakathi kwenu eKhanani.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kodwa uma bengaweli nani behlomile, bayakuba nefa phakathi kwenu ezweni laseKhanani.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 32:30
3 Referans Kwoze  

Kepha uma izwe lefa lenu lingcolile, welani, niye ezweni lefa likaJehova, lapho lihlala khona itabernakele* likaJehova, nibe nefa phakathi kwethu; kepha ningahlubuki uJehova, ningahlubuki futhi kithi ngokuzakhela i-altare ngaphandle kwe-altare likaJehova uNkulunkulu wethu.


UMose wathi kubo: “Uma abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni bewela nani iJordani, bonke abahlomele ukulwa, phambi kukaJehova, izwe linqotshwe phambi kwenu, niyakubanika izwe lakwaGileyadi libe yifa labo;


Abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni baphendula bathi: “Njengalokho uJehova eshilo kuzo izinceku zakho, siyakwenze njalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite