Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 32:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngokuba asiyikulidla ifa nabo ngaphesheya kweJordani nangaphambili, lokhu silidlile elethu nganeno kweJordani ngasempumalanga.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Ngokuba asiyukulidla ifa nabo ngaphesheya kweJordani ngaleya, lokhu sesilidlile elethu ifa nganeno kweJordani, ngasempumalanga.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngoba ngeke senze amatulo phesheya kweJordani noma ngaphambili; ngoba ifa lethu lisempumalanga yeJordani.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 32:19
11 Referans Kwoze  

Kanye naye abakwaRubeni nabakwaGadi balamukela ifa abanika lona uMose ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga, njengalokho inceku kaJehova uMose yabanika:


Imfuyo ingatholwa ngokushesha ekuqaleni, kepha ukuphela kwayo akuyikubusiswa.


Emihleni kaPheka inkosi yakwa-Israyeli kwafika uThigilati Phileseri inkosi yase-Asiriya, wathatha i-Ijoni, ne-Abela Beti Mahakha, neJanowa, neKedeshi, neHasori, neGileyadi, neGalile, lonke izwe lakwaNafetali, wabathumbela e-Asiriya.


lezi zizwe ezimbili nenxenye zathola ifa lazo ngaphesheya kweJordani ngaseJeriko ngasempumalanga, lapho kuphuma khona ilanga.”


Bamthatha uLoti indodana yomfowabo ka-Abrama owayehlala eSodoma kanye nempahla yakhe, bamuka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite