Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 31:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngalokho bulalani manje bonke abesilisa phakathi kwabantwana, nibulale nabo bonke abesifazane abayazi indoda ngokulala nayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Ngalokho, babulaleni manje bonke abafana, nabo bonke abesifazane asebeyazi indoda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Manje bulalani bonke abesilisa phakathi kwabantwana, nibulale wonke owesifazane owazi indoda ngokulala nayo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 31:17
6 Referans Kwoze  

nalapho uJehova uNkulunkulu wakho ezinikela phambi kwakho, uzinqobe, wozichitha nokuzichitha, ungenzi isivumelwano nazo, ungabi namusa kuzo,


Kepha onke amantombazana angazanga ndoda ngokulala nayo, nizisindisele wona.


Inhlangano yathuma khona abantu abayizinkulungwane eziyishumi nambili abangamaqhawe amakhulu, yabayala yathi: “Hambani nibabulale abakhe eJabeshi Gileyadi ngosiko lwenkemba kanye nabesifazane nezingane.


nalapho uJehova uNkulunkulu wakho ewunikela esandleni sakho, uyakushaya bonke abesilisa bawo ngosiko lwenkemba,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite