Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 31:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Bathatha yonke impango nayo yonke impahla edliweyo, abantu nezilwane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Baphanga yonke impahla yabo, bathumba abantu nezilwane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Athatha yonke impango nayo yonke impango yabantu neyezilwane.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 31:11
7 Referans Kwoze  

kepha abesifazane, nabantwana, nezinkomo, nakho konke okusemzini, yebo, yonke impango yawo, uyakukuthatha kube yimpango yakho, uyidle impango yezitha zakho uJehova uNkulunkulu wakho akunike yona.


uyakwenza kulo i-Ayi nenkosi yalo njengalokho wenza kulo iJeriko nenkosi yalo; impango yalo kuphela nezinkomo zalo niyakuziphangela khona. Wuqamekele umuzi emva kwawo.”


Yonke imizi yabo yasezindaweni, lapho bebehlala khona, nawo onke amakamu* abo bakushisa ngomlilo.


Baletha abathunjwa, nempango, nempahla edliweyo kuMose naku-Eleyazare umpristi, nakuyo inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ekamu* emathafeni akwaMowabi angaseJordani ngaseJeriko.


Kepha lonke isiliva, negolide, nezitsha zethusi nezensimbi kungcwele kuJehova; kuyakungena endlini yengcebo kaJehova.”


Impango yonke yale mizi nezinkomo abantwana bakwa-Israyeli baziphangela khona; kepha bachitha bonke abantu ngosiko lwenkemba baze babaqeda; abashiyanga noyedwa ophefumulayo.


nemfuyo yonke yabo; athumba abantwana babo nawomkabo, abaphanga kanye nakho konke okusendlini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite